INNCWADI
YAMUHLA UMBISHOPO WAS'ENATAL
EHAMBELA KWA ZULÙ.
L indaba ka'magema.
5 Sapuma ekuKanyeni ngomsombuluko wokuqala
ntambama. Sahamba saya salala emGeni
nganeno. Kwati kusihlwa izinkabi zisakunyu¬
lwa zahamba. Abantu bokupat'intambo b'esuka
bazifuna kakulu, abaze bazitola ; baiìka ebu-
lo suku sesilele, bafika baiala, ngokuba nati sase-
silele. Kwati kusasa bazifuna kakulu, kwaza
kwadhlula isikati eside zingakafi^ki ; zabuya
zafìka. Sezifikile zabotshelwa ; kepa enye
inkabi yaseixuka. ujojowatuma umuntu wake
15 wokumpatel'intambo, wati, ' Kahambe aye eku¬
Kanyeni, ayokuti ku'Tennesen, Kuhle ukuba
alete enye inkabi, ngokuba enye kayisayikufika
|