27
Sahamba, sesiza lapa ekaya kiti. Kepa uJane
wahamba, wazingelaizinnyamazane. Wati uJojo,
'Yini ukuba ujaneaye'kuzingela izinnyamazane
manje ? Ubani ofuna izinnyamazane kaloku,
loku sesiya ekaya nje ? Woyidhla yedwa impela.
Asihambe njetina simshiye,ake 'ezweukuhamba
ngezinnyawo, kade ehamba ngennqola.' uJane
sambona es'engapambili kwetu. Sahamba-ke,.
safika ekaya ekuKanyeni.
|