Three native accounts of the visit of the Bishop of Natal in September and October 1859 to Umpande King of the Zulus;

(Pietermaritzburg :  Vause, Slatter. & Co.,  1901.)

Tools


 

Jump to page:

Table of Contents

  Page 29  



29
 

Sadhlula lapo ; sakupuka ngokunzima emma¬
ngweni was'oZwatini. Z'ahluleka izinkabi ;
satshaya ; qa ! z'ahluleka impela. Sakumula
ifolosi, salibeka emuva, safaka elinye ifolosi ; sa-
5 linga; qa! z'ahluleka. Kw'anela ukuba uJane,
otshayela enye innqola, ati, 'Qal yekani sikipe
intuto.' Samvumela, sayikipa intuto, sapuma
lapo. Sadhlula lapo; sabashiya; sabanga ku¬
'mfundisi os'esiDumbini.   uJane lapo watshaya

IO innyamazane, qed'uba sidhlule, sibashiya bela-
ndela.

Sahamba-ke siya kwa'mfundisi. Ilanga lapo-
laselitshonile. Sakandana nomlungu, uDoko¬
tela ;   bashumayela   nenkosi,   ibuza   indhlela.

15 Wasipekezela lowo ; saya kwa'mfundisi ; kepa
kwasokuhlwile ; saduka. W^ati uSobantu, ' Aku-
menyezwe.' W'ala uDokotela, wati, 'Qa! ngi-
za'ubona.' Sahamba, savundhla; kanti nembala.
sesiqonda kona.    Safika ; kepa lapo sasesinge-

20 sonke ; innqola zazis'emuva. Kepa kw'ezwa-
kala ukuba abakiti bahambe ngokunzima kakulu
emmangweni. Kute kusasa savuka ; ngalungisa
okwami ; ngahlala, kwaza kwadhlula isikati,
ngibekile ngiti, bazakungipa ukudhla. Qa! nga-

25 hamba, ngatunywa ennqoleni, kutiwa, angiyo-
  Page 29