Three native accounts of the visit of the Bishop of Natal in September and October 1859 to Umpande King of the Zulus;

(Pietermaritzburg :  Vause, Slatter. & Co.,  1901.)

Tools


 

Jump to page:

Table of Contents

  Page 15  



15
 

bona ; wabuya, wati, ' Izinkabi zihambile,
angiziboni.' Wahamba nomunye ka'Jojo kona
kusihlwa; abaze bazibona futi ; baiala. Bavuka
ekuseni kakulu ; baya kona ekaya ekuKanyeni,
5 bazitola ; bafika nazo kusasa ; sabopela, saha¬
mba, sawela emGeni, sakumula. Sati sisa-
kumula, wafika uSobantu noWilliam ; bati,
' Au ! kanti nikumula kona lapa !' Sati tina,
' Y'ingokuba sihambe emmini.'   Wati uWilliam,

IO ' Mina, uma ngisuka enNanda, angikumuli lapa.'
Saqeda, sabopela, sahamba ubusuku, kwaza
kwapuma innyanga ; salala. Kwasa sahamba,
safika entabeni enkulu, lapo innqola encane
ing'ehle   kona,   (kutsho   abantu,)  itatwa   njalo

15 abantu uma yehla lapo, kukona amatshe ama¬
ningi kakulu kona. Sakupuka lapo, sadundubala
ngapezulukwa'deda-ng'endhlale. Sadhlula aba¬
lungu; sahlangana nomfazi; wabuza, wati, 'Ba¬
ntabami, niya ngapi ? '    Sati, ' Siya kwa'Zulu,

20 mame.'    Wati, ' Kwa'Zulu abasayi abalungu ;

uSihetshe baponsa bambulala ;   kepa watanda

ukudubula ; b'ala abantu bake, bati, ' Ai ! ake

kuqale bona.' '    Sati, ' Siya kona tina noko.'

Sakumula emfuleni, salala.    Savuka ekuseni,

25 sesiqonda emHlali.     Saya'kubuka ukwenziwa
  Page 15